Ubuhle bokhalo lwabo
Ubuhle bokhalo lwabo a song by Mashelela on Foxsoundi — Free Music, Smart Streaming for Everyone
Ubuhle bokhalo lwabo Lyrics
Kuvuka iskhwele kimi uma ngizwa umuntu ethi mama anjan amakhaza ekhaya
Kuvuka iskhwele kimi mangizwa umuntu ethi baba nilalekanjan ekhaya
Kuvuka iskhwele kimi mangizwa umuntu ethi mama ngikuphatheleni eGoli
Ngoba ngivele ngikhumbule ukuthi angilithonga lelothuba sebelele
Kuvuka iskhwele kimi mangizwa umuntu ethi mama ngikuphatheleni eGoli
Nina enisenomama benu nina enisenobaba benu nibathande besaphila
Ngoba ubaba nomama
Sebelele bengakaze bebone UBUHLE BOKHALO
LWABO sebelele bengakaze bethole pondo wami

From the album: Icala lobushende
-
Zishaya amashoba by Mashelela , -
Icala lobushende by Mashelela , -
Imbongolo (Donkey donkey) by Mashelela , -
Thilili by Mashelela , -
Sihlupheka sobabili by Mashelela , Luve Dubazane , Luve Dubazane , -
Ngikhulumela inhliziyo by Mashelela , -
Omayoyo by Mashelela , -
Ubaba KaBafana by Mashelela , -
Umkhulu epasini by Mashelela , -
Lubhalwe emehlweni by Mashelela , -
Amadolofiya by Mashelela , -
Ngiyakuvalelisa by Mashelela , -
Inzalo yentelezi by Mashelela , -
Kumnandi ukujola by Mashelela , -
Ubuhle bokhalo lwabo by Mashelela ,