Wawusho Kubani

Wawusho Kubani a song by Ladysmith Black Mambazo on Foxsoundi — Free Music, Smart Streaming for Everyone

Wawusho Kubani by Ladysmith Black Mambazo

Wawusho Kubani Lyrics

Kulumelani
Ukhulumelani kabi kodwa
Ngamagama abanye abantu
Yini, kodwa yini.
Siyakukhuza
Awubheke manje sebeyakuhleka
Bathi; bathi; bathi; bathi;
Nang' uPhoshozwayo
Engabe uza naziphi namhlanje
Bewuthi wona amagama abanye
Kepha Konakale elakho.
Uboshwelez' uma konakele, shwele
Uboshwelez' uma konakele, shwele

Uboshwelez' uma ubonile, shwele
Uboshwelez' uma konakele, shwele
Uboshwelez' uma ubonile, shwele
Uboshwelez' uma konakele.
Zongena ezimnyama mfana uzobakeka.
Wawusho kubani, wawusho kubani
Zongena ezimnyama mfana uzobakeka
Wawusho kubani, wawusho kubani
Wawusho kubani loko mfana ukuthi
Uzomlungisa
Wawusho kubani wena mfana ukuthi
Uzomlungisa
Uyodela umakhasane mfana namhla zibulalana
Wawusho kubani, wawusho kubani
Wensizwa wawusho kubani, wawusho kubani
Ngizwile besho bethi uthe uzongilungisa
Ngizwile besho bethi uthe uzongilungisa
Wensizwa wawusho kubani, wawusho kubani
Wentombi wawusho kubani, wawusho kubani

Wawusho kubani, wawusho kubani
Wawusho kubani, wawusho kubani
Wawusho kubani, wawusho kubani
Yini yin' ukungiqambel' amanga
Wensizwa wawusho kubani, wawusho kubani
Wentombi wawusho kubani, wawusho kubani
Wawusho kubani, wawusho kubani

From the album: Shaka Zulu Revisited: 30th Anniversary Celebration