Lomhlaba Unzima

Lomhlaba Unzima a song by Big Zulu on Foxsoundi — Free Music, Smart Streaming for Everyone

Lomhlaba Unzima by Big Zulu

Lomhlaba Unzima Lyrics

Oh he ah ha
He ha ah he ha ho
He ha ha ho we ha ha
Baba benomama ayi bo
Lomhlaba unzima
Baba benomama ayibo
Umhlaba unzima
Baba benomama ayibo
Lomhlaba unzima
Baba benomama ayibo
Umhlaba unzima (ay)

Bathi halleluya Amen sivula ngomthandazo
Ngegama likajeso unkulunkulu uthixo
Weymangazo
Nkulunkulu wamazulu xolel' abasonayo
Sohlangan' egalile kuyoba mnandi bengekh' abasontayo
Shwele baba thethelel' izono zami
Akukho lula ukuba yim' inzondo inami
Nam' ngagilazi icala lami isono sami

Izitha zyangilandela vika dloz' amandl' enkabi
Ngizomemeza unkulunkulu wamabhinca
Uzosabela iythukuthuku mabezidla
Ngisele ngedwa iynxushunxushu bayang' gila
Ngihlupheke kakhulu ngiwa ngivuka inkosi isiza
Bathi khala zome mtaka-ma uyokhala kuzwe bani
Uphenduk' intandane inyembezi ziwela phantsi
Sal' usubuya Nkulunkulu wama bhinca
Ngizogqok' ubrendwood ngizocothoza 'masufika

Baba benomama ayibo
Lomhlaba unzima
Baba benomama ayibo
Umhlaba unzima
Baba benomama ayibo
Lomhlaba unzima
Baba benomama
Umhlaba unzima

Ayy zyolal' insizwa kuyosal' iybongo
Syobamb' ishisa kuyosab' inongo
Zyoland' indlondlo zyoshiy' izono
Bek' ithemba kuMdali kuyoqhum' iybongo (ay)
Sikhalile kwanele kunzima nokuyifakaza
Usithathel' amaqhawe inhloso yakh' ukusihlakaza
Umqhumeni indidane was' ugcina ngechalaha
Kokhon' okusesifubeni kodwa kunzim' ukuk' phalaza
Sal' usubuya Nkulunkulu uyaz' awudeli

Isizwe sojabula iynxushunxushu uyaz' ayipheli
Usivikele kwiyphukuphuku yaz' ayqeni
Ibhinca lizojabula lizokikiza ingez' aypheli
Alusekh' uthando ihlekisan' ihlomelela
Unzim' Umhlaba isibheken' ibophelele
Awu buya baba isizwe sath' usthethelele
Ukuthal' akusizi inyembezi sekumoshakele

Baba benomama ayibo
Lomhlaba unzima
Baba benomama ayibo
Umhlaba unzima
Baba benomama ayibo
Lomhlaba unzima
Baba benomama ayibo
Umhlaba unzima

Ubane kuthiwa uyavuswa umuntu esethuneni
Ngabe ngiyanivusa
Ubane kuthiwa uyavuswa umuntu osefile
Ngabe ngiyanivusa
Wechala halashafuza
Ngabe ngiyakuvusa
Wechala halashafuza ngabe ngiyakuvusa
Wemgqumeni mfokakhumalo
Ngabe ngiyakuvusa
Wengidane mfana kithi ngabe ngiyakuvusa
Wengidane mfokangitha ngabe ngiyakuvusa

From the album: Ungqongqoshe Wongqongqoshe