Thixo

Thixo a song by Sjava on Foxsoundi — Free Music, Smart Streaming for Everyone

Thixo by Sjava

Thixo Lyrics

[00:15.56] Thixo bawo
[00:19.07] Ngabe uyong'bona na
[00:22.71] Emasangweni
[00:25.88] Ase zulwini
[00:29.95] Thixo
[00:33.31] Ngabe uyong'bona na
[00:36.73] Emasangweni
[00:40.11] Ase zulwini
[00:44.47] Ngisho ngoba mhlambe
[00:50.69] Ngiyobe ngises'xukwini sabenzi bobubi
[00:58.59] Ngisho ngoba mhlambe
[01:05.19] Ngiyobe ngises'xukwini sabenzi bobubi
[01:12.82] Ngabe uyong'khomba na
[01:17.74] Uthi ngena
[01:21.48] Ngoba ungisebenzele emhlabeni
[01:26.95] Ngabe uyong'khomba na
[01:31.54] Uthi ngena
[01:35.60] Ngoba ungisebenzele emhlabeni
[01:42.16]
[01:54.29] Kuyisifiso sam'ukuthi umoya wami uphumule kuwe
[02:00.62] Ngithokoze kuwe
[02:04.88] Ngingene ngihlale nawe
[02:11.65] Uyong'amukela yini na?
[02:17.52] Ngezenzo zami nemsebenzi yami, yoh
[02:26.11] Ngabe imisebenzi yami emihle yong'khulumela yini?
[02:33.72] Wena yow'bona yini umbuso wami?
[02:42.19] Yow'bona yini umbuso wami?
[02:48.57] Ungámukele nami
[02:53.35] Ngak'shiya konke ngadela konke
[02:56.94] Ngak'shiya konke ngadela konke
[03:00.41] Ngak'shiya konke ngadela konke
[03:08.05] Ngak'shiya konke ngadela konke
[03:11.20] Ngak'shiya konke ngadela konke
[03:14.98] Ngak'shiya konke ngadela konke
[03:21.96]

From the album: Isibuko