Kube ngangazi
Kube ngangazi a song by Sjava on Foxsoundi — Free Music, Smart Streaming for Everyone
Kube ngangazi Lyrics
[00:06.94] Kube ngangazi
[00:10.37] Kube ngangazi
[00:14.27] Ngaphoxa abazali badumala
[00:16.98] Mabethol' ukuthi ng'khulelwe
[00:20.73] Mabeng'buza ngawe ekhaya
[00:23.03] Kwabanzima ukubatshela ung'balekele
[00:27.78] Baba noMama ngicela uxolo
[00:30.16] Umkhohlisi ung'khohlisile
[00:35.02] K'thiw' intandane enhle umakhothwa unina
[00:37.87] Kumele ngiqine mtanami ngik'khulise
[00:42.12] Kube ngangazi
[00:44.86] Kube ngangazi mina
[00:49.10] Ngangingeke
[00:52.27] Ngik'nike ubuntombi bami
[00:56.73] Kube ngangazi
[00:58.96] Kube ngangazi mina
[01:03.56] Ngangingeke
[01:06.81] Ngik'nike ubuntombi bami
[01:11.09] Wuye lo umtanakho usekhulile
[01:13.13] 'Yambona useyintombi engakanani
[01:17.92] Ezimnandi ukuthi uyasebenza
[01:20.47] Futhi uyang'nakekela
[01:21.92] Mangingakhala ngabe ngiqamba amanga
[01:25.23] Ezib'hlungu ukuthi emoyeni akeneme neze
[01:29.44] Uhlale ethikuthele, enolaka
[01:32.73] Mangimbuza ngomkhwenyane akaphenduli
[01:35.19] Uvele anxaphe athi yena akafuni k'gana
[01:39.79] Mama amadoda mina ngiyawazonda ayizinja
[01:43.89] Ubaba wathi uyas'thanda kodwa ekugcineni wasishiya
[01:47.26] Manje ngidlala abafana
[01:49.56] Ngihambe ngishayisa
[01:50.93] Ngoba ngifun' uthando el'zovala is'khala saBaba
[01:54.44] Kub'hlungu
[01:57.04] Ng'zothanda kanjani uthando ngingalwazi ngikhula
[02:01.52] Kub'hlungu
[02:04.07] Uthi konke akwakhayo kuyabhidlika
[02:07.08] Kungenxa yakho
[02:08.50] Kube ngangazi
[02:10.84] Kube ngangazi mina
[02:15.40] Ngangingeke
[02:18.37] Ngik'nike ubuntombi bami
[02:22.16] Kube ngangazi
[02:24.87] Kube ngangazi mina
[02:29.77] Ngangingeke
[02:32.74] Ngik'nike ubuntombi bami
[02:34.40]

From the album: Isibuko
-
Thixo by Sjava , Nontokozo Mkhize , Sjava , -
Ubuhle bendalo by Sjava , Sjava , -
Kube ngangazi by Sjava , Sjava , -
Time by Sjava , Sjava , -
Amaphiko by Sjava , Saudi , Sjava , -
Amavaka by Sjava , Sjava , -
Grounding by Sjava , Delayde , Sjava , -
My Life by Sjava , Emtee , Lolli Native , Sjava , -
Iphisi by Sjava , Sjava , -
Dudlu by Sjava , Sjava , -
Ungavumi by Sjava , Saudi , Sampa the Great , Sjava , -
Amakhehla (feat. Vernotile) by Sjava , Dumakahle , Anzo , Vernotile , Sjava , UDUMAKAHLE , Udumakahle , -
Isoka by Sjava , Qwabe Twins , Mzukulu , Sjava , -
Amanxeba by Sjava , Delayde , Sjava , -
Akabuye by Sjava , Mzukulu , Inkos'yamagcokama , Sjava , -
Ithuna by Sjava , Shwi , Sjava , -
Inhlonipho by Sjava , Mzulu Phaqa , Webmoms , Sjava , Umzulu Phaqa , -
Peace by Sjava , Sjava ,